Isolezwe

Publisher:
NewsBank

Publisher

Latest documents

Featured documents

  • Iseminingi imibuzo ngokuqokwa kweNhloko entsha yabashushisi uMothibi

    YIZE uMengameli Cyril Ramaphosa, ngokwelungelo lakhe loMthethosisekelo wezwe, eseqoke u-Advocate Andy Mothibi ukuba abe nguMshushisi oMkhulu wezwe (Director of Public Prosecutions - NDPP) kusemqoka ukuchaza kabanzi ngesimangalo esisanda kufakwa yinkampani yethu yabameli ezinze eKapa naseGoli, i-B...

  • Okwamabomu kulungiswa ngokwesintu, akudinge mthandazo nasibhedlela

    SIKHULE emakhaya kukhona into obekuthi uma ivela emndenini noma ngaphakathi ekhaya kuthiwe amabomu. Amabomu lawa yinto obekusheshe kuyiwe emsamo kuyobuzwa ukuthi ngakube kwenzenjani? Kulapho kuzoqondwa khona empephweni kuyothenyelezwa, kokunye kubanjwe isilwane kucelwe, kushwelwezwe ngolaka abadala ...

  • Iziboshwa eziningi zisemajele kungafanele ngenxa yethongo

    Ayikho into ebuhlungu njengokuboshwa kwengane yakho ulindele ukuthi icala lizoqulwa kodwa ilokhu ibhadlile ejele kungenziwa lutho. Nawe ungumzali ungasukumi kube khona okwenzayo, kokunye usuke wazi ukuthi imbangela kungenzeka kube yini nakuba ungeke ukuhlanganise kalula okokuboshwa nokuzaleka...

  • AbakwaMhlongo bafuna kubhungwe ngokungagcagci kukanina weLembe

    MHLELI: Ngicela ungiphe isikhala ngibeke nasi isikhalo engisithunywe ngobaba bakwethu kwaMhlongo, esiqondiswe eNdlunkulu yesizwe sethu sakwaZulu, ngosizi olusihaqile eLangeni. Ngo-1985 kwakunomkhuhlane endlunkulu, kudunguzela omdala, iSilo esisanda kukhothama, indlunkulu yathumela ithimba...

  • I-IFP iphefumula ngesikhundla sikaNdunankulu kaZulu

    MHLELI: Iqembu leNkatha esiShayamthetho saKwaZulu-Natal, liyakholelwa ekutheni ukuze ube nguNdunankulu kaZulu kufanele ube ngumuntu onolwazi olunzulu ngezinto ezithinta umlando, amasiko kanjalo nezinhlaka zomthetho wasentshonalanga....

  • Impilo eyinkohliso inesandla sokudukuza kwethu ebumnyameni

    ISIKHATHI esiphila kusona namhlanje ngisibona sinzima ngoba sesiphikisa isiko, isintu nomlando esiphuma kuwona. Yisikhathi lapho wonke umuntu esekholelwa emthandazweni nasekuhambeni izinyanga zokwelapha akholwe yilokho abatshelwa khona. Kukhona lokho, kuba khona nokuzikhohlisa okukhulu nokuphila...

  • Kungase kuzalwe izilomo ezintsha noma kwakheke izitha kowomkhaya

    UKUGQISHA ngobuso obusha kwe-Orlando Pirates neKaizer Chiefs, abazodudulana emdlalweni weDStv Premiership womkhaya baseSoweto, obhekwe ngabomvu, kungesinye sezinongo esenza abalandeli banhlangothi zombili bangabe beshe amashushu ngomhlangano....

  • Ukuphupha uya ocansini akuchazi ukuba nesilwane

    Asikuqaphele konke lapho sihamba khona nxa kuthiwa unesilwane kumbe ekhaya kunesilwane esikhona okufanele sikhishwe. Angiphiki ukuthi abantu bayayisebenzisa imithi emibi yokuthakatha, bakubelethise isilwane esiyohlale sikuhlupha impilo yakho yonke kodwa akungathi noma sekuyithongo noma idlozi...

  • Umuntu oyiqonda kahle ipolitiki akahlangani nodlame

    MHLELI: Ngicela ungivumele ngikhuze umsindo wothuthuva olungenasidingo ofuna ukubangwa ngabanye bethu abangayiqondisisi ipolitiki kulolu khetho esibheke kulo....

  • Kusinde obehlome ngesosi exakwa wukudla kwamaShayina

    Ngibone ngodade eshona phansi kwetafula engena esikhwameni evumbuka ne-Aromat nesosi ebabayo ukuthi isikhumbule ekhaya imambana ifuna ukunambitha ekujwayele....