Isolezwe ngeSonto

Publisher:
NewsBank

Publisher

Latest documents

Featured documents

  • Sijeqeza emuva ngombango wecala lakwaShembe

    UKUVUNWA yiNkantolo yoMthethosisekelo kweNkosi yamaNazaretha ohlangothini lwaseBuhleni, uVela Shembe,“Imisebeyelanga” embangweni wesikhundla sobuholi beNazareth Baptist Church kwenze sabheka emuva lapho kuqale khona umbango obuphakathi kwakhe nomholi waseBuhleni, uMnuz Mduduzi Shembe, “uNyazilwezulu...

  • Sidinga isiphetho esinekhambi ngophenyo ngezibhelu

    UPHENYO lweSouth African Human Rights Commission (SAHRC) olungezibhelu ezihlasele izwe ngoJulayi, kufanele zisize abantu nezwe lonke. Lo wumbono kangoti wezomthetho uMnuz Mpumelelo Zikalala, ongumqondisi wankampani yabameli, iZikalala Attorneys....

  • Eyentela yeTheku iqondane nesikhathi esibi somnotho

    ISIPHAKAMISO sikaMasipala waseThekwini, sokuthi izakhamuzi zawo, ezindaweni ezisemakhaya kufanele zikhokhe intela kaR100 ngenyanga, sifike lapho isimo somnotho sinzima kakhulu....

  • Kudingeka isisombululo ngesihluku samaphoyisa

    IMIBIKO ngesihluku samaphoyisa kubantu ikhomba ukuthi, kungenzeka ukuthi ingoma ibuye isinwe yibhimbi ngasohlangothini lwabakwasidlodlo okulindeleke ukuthi bavikele abantu....

  • Kushayisana imibono ngomngcwabo wombuso

    KUJWAYELEKILE ukuthi uma kushone umuntu odumile ezweni, amehlo abheke isinqumo sikahulumeni sokumhlinzekela ngomngcwabo wombuso. Kukhona abasuke bebona sengathi amagalelo kamufi amenza afanelwe wukuhlonishwa ngomngcwabo wombuso. Muva nje, sekuvamisile ukwenzeka uma kushone amaciko kuleli....

  • Inameva nokunqoba indlela kaMotsepe kwiCaf Kuzokwenzekani ngobuholi beSundowns uma uMotsepe eya kwiCaf?

    UMALIBONGWE MDLETSHE - intatheli yezemidlalo kwiSolezwe ngeSonto - ubheka indlela kaPatrice Motsepe embangweni wobuholi beConfederation of African...

  • Izobanjwa ngesithele nayo kweye-ANC eKZN

    UKUJIYA kombango wezikhundla zobuholi be-ANC KwaZulu-Natal, kuveza ukuthi kungase kube yingqungquthela eshubile futhi okuzoba nzima ukuqagela ukuthi izophetha kanjani....

  • Imishado yamaqembu ibabuyisela emuva omasipala

    KUYACACA ukuthi uzinzo komasipala bakuleli luseyiphupho okungaziwa noma liyofezeka yini, ikakhulukazi emuva kokwanda kwesibalo samaqembu aphethe imikhandlu ngokubambisana....

  • Ny Oped eThekwini Ubhekwe ngabomvu umhlangano we-ANC

    UBUHOLI obusha obuzothatha izintambo emuva kwengqungquthela ye-ANC eThekwini, buzobe buhlalelwe wumqansa ongenyukwa mbongolo, wokubhekana nezinselelo eziningi ezikhungethe isifunda....

  • Ny Oped eThekwini Ubhekwe ngabomvu umhlangano we-ANC

    UBUHOLI obusha obuzothatha izintambo emuva kwengqungquthela ye-ANC eThekwini, buzobe buhlalelwe wumqansa ongenyukwa mbongolo, wokubhekana nezinselelo eziningi ezikhungethe isifunda....