UNyazilwezulu nezinhlelo ‘zokufudukela’ eNtabazwe

AuthorThokozani Ndlovu
Published date14 May 2023
Publication titleIsolezwe ngeSonto
Lokhu kuza ngemva kwezindaba zokuthi ludilize wonke amadokodo aseBuhleni, okungacaci noma asazovuselelwa yini

Isimo secala lokususa lo mholi esikhundleni nokuthi angaziphathisi okomholi wamaNazaretha, lizongena enkantolo ngoJulayi 17.

Kungenzeka lukhishwe uma inkantolo inquma kanjalo.

Umthombo weSolezwe ngeSonto ongaphakathi eBuhleni, uthe kumanje kumatasa kuyakhiwa eNtabazwe, kanti eBuhleni kuyadilizwa.

“Kuthiwa akuphuthunywe kwakhiwe eNtabazwe. Kunezinhlelo zokuthi umuzi oseNtabazwe, umenyezelwe ngoJune 15. Njengamanje seziphelile izakhiwo eziningi eNtabazwe, futhi kusakhiwa ezinye.

Akukho okuningi okuchazwayo ngeNtabazwe ngaphandle kwesimemezelo sokuthi akuphuthunywe ukuze wethulwe ngokusemthethweni ngomhlaka 15.

“Ngakolunye uhlangothi eBuhleni kudilizwa amadokodo futhi akubukeki kunesakhiwo esizoqala maduze. Ngisho nabazalwane batshelwa ukuthi bayoziphathela amatende okukhosela uma sekuqale umhlangano kaJulayi ngoba kuzobe...

To continue reading

Request your trial

VLEX uses login cookies to provide you with a better browsing experience. If you click on 'Accept' or continue browsing this site we consider that you accept our cookie policy. ACCEPT