Ningabakhohlwa omama benu abanikhulisa kunzima

Published date14 May 2023
Publication titleIsolezwe ngeSonto
Ngiyazibuza ukuthi kulezi zinsuku zanamuhla bangaki omama abangenza njengonina kaMose, owavikela ingane yakhe ngokuyifihla emfuleni kanti uthukusa umholi? Bangaki abangenza njengo"Nanana Boselesele" owakhetha ukugwinywa yindlovu ukuze asindise izingane zakhe

Lokhu kusifundisa ukuthi uma ungumama ubhekana nezinkinga okufanele uzinqobe, ukuze uvikele izingane zakho. Akumele uzibulale, lokhu osekuyisenzo esesiyinsakavukela kuhle komchilo wesidwaba.

Kumele izingane zibaphathe kahle omama futhi zibahloniphe. Kuyadumaza ukuzwa ukuthi kukhona ingane eshaya kumbe echapha unina ngenhlamba.

Abanye baze bashiye ngisho imizi yabo ngenxa yengane esuke isiphenduke ibhoklolo. Esuke ifuna ukumudla luhlaza unina...

To continue reading

Request your trial

VLEX uses login cookies to provide you with a better browsing experience. If you click on 'Accept' or continue browsing this site we consider that you accept our cookie policy. ACCEPT