Ingqayizivele yethuba eqenjini lomculo lase-KZN

Published date18 April 2024
AuthorNokubongwa Phenyane
Publication titleIsolezwe
Laba kusabalale i-video yabo becula ingoma abavule ngayo ethi Sekwanele. Lokhu kube sematheni kubantu abehlukene njengoba ezinkundleni zokuxhumana bebebabaza le nqabakutholwa yethuba

Ekhasini labo enkundleni i-Instagram baveze ukuthi kube nzima ukugcina imfihlo yokuthi bazonandisa kulo mcimbi.

“Sizakhele abangani abasha abaningi emahoreni angu-24 njengoba sibonakale sivulela uDoja Cat esiteji. Ukulungiselela lo mcimbi kube yinto esidumise amakhanda kodwa sekwenzeke konke, siyanemukela ku-The Joy nonke,” kubhala leli qembu.

Babonge kakhulu uDoja Cat ngokubanika ithuba elifana naleli, nalo lonke ithimba lakhe abathi basebenze nalo. Baphinde babonga wonke umuntu obuke lo mcimbi emhlabeni kuzo zonke izinkundla obusakazwa kuzo. Abantu bakuleli okukhona kubo nosaziwayo, babongele leli qembu ngempumelelo yalo.

UNomfundo Moh uthe...

To continue reading

Request your trial

VLEX uses login cookies to provide you with a better browsing experience. If you click on 'Accept' or continue browsing this site we consider that you accept our cookie policy. ACCEPT