Ukuphahla kulungisa kukhanyise okuningi emndenini hhayi ukugijimela ukuyobhula

Published date22 March 2022
Publication titleIsolezwe
Namuhla kulula uma indodana ingabatholi abantwana noma kuqubuka ukungezwani phakathi kwayo nomakoti bese kugijinywa kunukwa umamezala, kuthiwe nguyena oyimbangela yalokhu ngokuthakatha. Ziningi-ke izizathu abantu abayaye bangazazi, abathi uma betshelwa zona bethuke ngoba befuna ukutshelwa lokhu asebekujwayele kokuthakathana. Ukuxabana komndeni kusukela ezintweni eziningi ezehlukene ezivela ngokwehluka komndeni ngomndeni. Inkinga enkulu siyaye sithathe njengenjwayezi ukuthi ukuxabana kungabangwa ukuthi nokuthi ngokucabanga kwethu kanti kujulile kunalokho

Imindeni emandulo yayinezinto eziningi eyayizenza, uma seyihambile zisale kithina ngokwesikhathi esiphila kusona bese kungahambisani nalokho eyayikuphila kanti yikhona kanye osekusishaya sigcine siphuma siphaphatheka sitshelwa nokungekhona. Umlando yiwona oyintende yakho konke. Kunokuthi uyotshelwa lapho ubhula khona kwenzekani njengoba ningezwani, qala...

To continue reading

Request your trial

VLEX uses login cookies to provide you with a better browsing experience. If you click on 'Accept' or continue browsing this site we consider that you accept our cookie policy. ACCEPT